Loecsen — apprentissage des langues en ligne

1 - Okubalulekile
IsiZulu Isimalay
🔊 Sawubona 🔊 Hai
🔊 Sawubona ntambama 🔊 Selamat petang
🔊 Sala kahle 🔊 Selamat tinggal
🔊 Hamba kahle 🔊 Jumpa lagi
🔊 Sizobonana maduze 🔊 Jumpa lagi nanti
🔊 Yebo 🔊 Ya
🔊 Cha 🔊 Tidak
🔊 Angiqondi 🔊 Saya tidak faham
🔊 Uxolo! 🔊 Maafkan saya!
🔊 Ngiyabonga 🔊 Terima kasih
🔊 Ngiyabonga kakhulu! 🔊 Terima kasih banyak-banyak!
🔊 Ngiyabonga ngosizo lwakho 🔊 Terima kasih atas bantuan anda
🔊 Ngiyabonga ngosizo lwakho 🔊 Terima kasih atas bantuan kau
🔊 Akulutho 🔊 Sama-sama
🔊 Ngiyakuqonda 🔊 Saya faham
🔊 Kulungile 🔊 Baiklah
🔊 Malini lokhu? 🔊 Berapa harganya?
🔊 Uxolo! 🔊 Maaf!
🔊 Angazi 🔊 Saya tidak tahu
🔊 Akuvunyelwe 🔊 Dilarang
🔊 Uxolo, akuphi amathoyilethi? 🔊 Maafkan saya, di mana tandas, ya?
🔊 Unyaka omusha omuhle! 🔊 Selamat tahun baru!
🔊 Ujabule usuku lokuzalwa! 🔊 Selamat hari jadi!
🔊 Amaholide ajabulisayo! 🔊 Selamat musim perayaan!
🔊 Siyakuhalalisela! 🔊 Tahniah!
2 - Inkulumo
IsiZulu Isimalay
🔊 Sawubona. unjani? 🔊 Hai, apa khabar?
🔊 Sawubona. ngiyaphila, ngiyabonga 🔊 Hai, saya baik je, terima kasih
🔊 Kancane nje 🔊 Sikit je
🔊 Uvela kuliphi izwe? 🔊 Dari negara mana awak berasal?
🔊 Buyini ubuzwe bakho? 🔊 Awak orang mana?
🔊 Buyini ubuzwe bakho? 🔊 Kau orang mana?
🔊 NgingumZulu 🔊 Saya orang Zulu
🔊 Futhi wena, uhlala lapha? 🔊 Dan awak, awak tinggal di sini?
🔊 Futhi wena, uhlala lapha? 🔊 Kau, tinggal kat sini?
🔊 Yebo, ngihlala lapha 🔊 Ya, saya tinggal di sini
🔊 Igama lami nguSarah, wena ungubani? 🔊 Nama saya sarah, siapa nama awak?
🔊 Igama lami nguSarah, wena ungubani? 🔊 Nama saya Sarah, kau siapa?
🔊 U-julien 🔊 Julian
🔊 Wenzani lapha? 🔊 Apa awak buat di sini?
🔊 Ngiseholidini 🔊 Saya sedang bercuti
🔊 Siseholidini 🔊 Kami sedang bercuti
🔊 Ngisohambweni lwebhizinisi 🔊 Saya dalam trip perniagaan
🔊 Ngisebenza lapha 🔊 Saya bekerja di sini
🔊 Sisebenza lapha 🔊 Kami bekerja di sini
🔊 Yiziphi izindawo ezinhle zokudla? 🔊 Mana tempat makan yang bagus?
🔊 Ngabe ikhona imnyuziyamu eduze lapha? 🔊 Ada muzium dekat sini?
🔊 Ngingaluthola kuphi uxhumano lwe-inthanethi? 🔊 Kat mana boleh dapat Wi-Fi?
3 - Ukufunda
IsiZulu Isimalay
🔊 Uyafuna ukufunda amagama ambalwa? 🔊 Awak nak belajar beberapa perkataan?
🔊 Yebo, kulungile! 🔊 Ya, baik!
🔊 Kubizwa ngani lokhu? 🔊 Ini apa namanya?
🔊 Yitafula 🔊 Ini sebuah meja
🔊 Itafula, uyazwisisa? 🔊 Sebuah meja. awak faham?
🔊 Angiqondi 🔊 Saya tidak faham
🔊 Ungaphinda, ngiyacela? 🔊 Boleh ulang tak?
🔊 Ungakhuluma kancane kancane, ngiyacela? 🔊 Bolehkah awak bercakap sedikit lebih perlahan, tolong?
🔊 Ungakubhala phansi, ngicela? 🔊 Bolehkah awak tuliskan, tolong?
🔊 Ngiyakuqonda 🔊 Saya faham
4 - Imibala
IsiZulu Isimalay
🔊 Ngiyawuthanda umbala waleli tafula 🔊 Saya suka warna meja ini
🔊 Kubomvu 🔊 Ia merah
🔊 Okwesibhakabhaka 🔊 Biru
🔊 Ophuzi 🔊 Kuning
🔊 Omhlophe 🔊 Putih
🔊 Omnyama 🔊 Hitam
🔊 Luhlaza 🔊 Hijau
🔊 Iwolintshi 🔊 Oren
🔊 Umbala onsomi 🔊 Ungu
🔊 Okumpunga 🔊 Kelabu
5 - Izinombolo
IsiZulu Isimalay
🔊 Uziro 🔊 Sifar
🔊 Kunye 🔊 Satu
🔊 Kubili 🔊 Dua
🔊 Okuthathu 🔊 Tiga
🔊 Okune 🔊 Empat
🔊 Isihlanu 🔊 Lima
🔊 Isithupha 🔊 Enam
🔊 Isikhombisa 🔊 Tujuh
🔊 Isishiyagalombili 🔊 Lapan
🔊 Isishiyagalolunye 🔊 Sembilan
🔊 Ishumi 🔊 Sepuluh
🔊 Ishumi nanye 🔊 Sebelas
🔊 Ishumi nambili 🔊 Dua belas
🔊 Ishumi nantathu 🔊 Tiga belas
🔊 Ishumi nane 🔊 Empat belas
🔊 Ishumi nanhlanu 🔊 Lima belas
🔊 Ishumi nesithupha 🔊 Enam belas
🔊 Ishumi nesikhombisa 🔊 Tujuh belas
🔊 Ishumi nesishiyagalombili 🔊 Lapan belas
🔊 Ishumi nesishiyagalolunye 🔊 Sembilan belas
🔊 Amashumi amabili 🔊 Dua puluh
🔊 Amashumi amabili nanye 🔊 Dua puluh satu
🔊 Amashumi amabili nambili 🔊 Dua puluh dua
🔊 Amashumi amabili nantathu 🔊 Dua puluh tiga
🔊 Amashumi amabili nane 🔊 Dua puluh empat
🔊 Amashumi amabili nanhlanu 🔊 Dua puluh lima
🔊 Amashumi amabili nesithupha 🔊 Dua puluh enam
🔊 Amashumi amabili nesikhombisa 🔊 Dua puluh tujuh
🔊 Amashumi amabili nesishiyagalombili 🔊 Dua puluh lapan
🔊 Amashumi amabili nesishiyagalolunye 🔊 Dua puluh sembilan
🔊 Amashumi amathathu 🔊 Tiga puluh
🔊 Amashumi amathathu nanye 🔊 Tiga puluh satu
🔊 Amashumi amathathu nambili 🔊 Tiga puluh dua
🔊 Amashumi amathathu nantathu 🔊 Tiga puluh tiga
🔊 Amashumi amathathu nane 🔊 Tiga puluh empat
🔊 Amashumi amathathu nanhlanu 🔊 Tiga puluh lima
🔊 Amashumi amathathu nesithupha 🔊 Tiga puluh enam
🔊 Amashumi amane 🔊 Empat puluh
🔊 Amashumi amahlanu 🔊 Lima puluh
🔊 Amashumi ayisithupha 🔊 Enam puluh
🔊 Amashumi ayisikhombisa 🔊 Tujuh puluh
🔊 Amashumi ayisishiyagalombili 🔊 Lapan puluh
🔊 Amashumi ayisishiyagalolunye 🔊 Sembilan puluh
🔊 Ikhulu 🔊 Seratus
🔊 Ikhulu nanhlanu 🔊 Seratus lima
🔊 Amakhulu amabili 🔊 Dua ratus
🔊 Amakhulu amathathu 🔊 Tiga ratus
🔊 Amakhulu amane 🔊 Empat ratus
🔊 Inkulungwane 🔊 Seribu
🔊 Inkulungwane namakhulu amahlanu 🔊 Seribu lima ratus
🔊 Inkulungwane eyodwa namakhulu ayisihlanu 🔊 Seribu lima ratus
🔊 Izinkulungwane ezimbili 🔊 Dua ribu
🔊 Izinkulungwane eziyishumi 🔊 Sepuluh ribu
6 - Isikhathi
IsiZulu Isimalay
🔊 Ufike nini lapha? 🔊 Bila awak sampai di sini?
🔊 Namuhla 🔊 Hari ini
🔊 Izolo 🔊 Semalam
🔊 Ezinsukwini ezimbili ezedlule 🔊 Dua hari yang lalu
🔊 Uzohlala isikhathi esingakanani? 🔊 Awak duduk berapa lama?
🔊 Ngihamba kusasa 🔊 Saya bertolak esok
🔊 Ngizohamba ngosuku olulandela olwakusasa 🔊 Saya akan bertolak lusa
🔊 Ngizohamba ezinsukwini ezintathu 🔊 Saya bertolak dalam tiga hari
🔊 Umsombuluko 🔊 Isnin
🔊 Ulwesibili 🔊 Hari selasa
🔊 Ulwesithathu 🔊 Hari rabu
🔊 Ulwesine 🔊 Khamis
🔊 Ulwesihlanu 🔊 Hari jumaat
🔊 Umgqibelo 🔊 Hari sabtu
🔊 Isonto 🔊 Ahad
🔊 Ujanuwari 🔊 Januari
🔊 UFebhuwari 🔊 Februari
🔊 UMashi 🔊 Mac
🔊 U-apreli 🔊 April
🔊 UMeyi 🔊 Mei
🔊 Ujuni 🔊 Jun
🔊 UJulayi 🔊 Julai
🔊 U-Agasti 🔊 Ogos
🔊 Ngizohamba ngomhlomunye 🔊 September
🔊 U-okthoba 🔊 Oktober
🔊 Unovemba 🔊 November
🔊 Udisimemba 🔊 Disember
🔊 Uhamba ngasiphi isikhathi? 🔊 Awak bertolak pukul berapa?
🔊 Ekuseni, ngehora lesishiyagalombili 🔊 Pagi, pukul lapan
🔊 Ekuseni, ngehora lesishiyagalombili nemizuzu eyishumi nanhlanu 🔊 Pagi, pukul lapan lebih suku
🔊 Ekuseni, ngehora lesishiyagalombili nesigamu 🔊 Pagi, pukul lapan setengah
🔊 Ekuseni, ngekota ngaphambi kwehora lesishiyagalolunye 🔊 Pagi, pukul lapan empat puluh lima
🔊 Ngokuhlwa, ngehora lesithupha ntambama 🔊 Petang, pukul enam
🔊 Ngiphuzile 🔊 Saya lewat
7 - Itekisi
IsiZulu Isimalay
🔊 Ithekisi! 🔊 Teksi!
🔊 Ufuna ukuya kuphi? 🔊 Nak pergi ke mana?
🔊 Ngiya esiteshini sesitimela 🔊 Saya hendak pergi ke stesen kereta api
🔊 Ngiya ehhotela lemini nobusuku 🔊 Saya nak pergi ke Day and Night Hotel
🔊 Ungangiyisa esikhumulweni sezindiza, ngiyacela? 🔊 Boleh bawa saya ke lapangan terbang, tolong?
🔊 Ungangithathela imithwalo yami na? 🔊 Bolehkah anda mengambil bagasi saya?
🔊 Ungangithathela imithwalo yami na? 🔊 Boleh kau ambil bagasi saya?
🔊 Kude yini ukusuka lapha? 🔊 Adakah jauh dari sini?
🔊 Cha, kuseduze 🔊 Tidak, dekat je
🔊 Yebo, kukude kancane kancane 🔊 Ya, sikit jauh lagi
🔊 Kuzobiza malini? 🔊 Berapa harganya?
🔊 Ngicela ungiyise lapho 🔊 Bawa saya ke sana, tolong
🔊 Uya ngakwesokudla 🔊 Ke kanan
🔊 Uya ngakwesobunxele 🔊 Ke kiri
🔊 Kuqonde phambili 🔊 Terus je
🔊 Nansi lapha 🔊 Kat sini
🔊 Kungaleya ndlela 🔊 Ke situ
🔊 Yima! 🔊 Berhenti!
🔊 Thatha isikhathi sakho 🔊 Ambil masa
🔊 Ngicela irisidi 🔊 Boleh saya minta resit, tolong?
8 - Umndeni
IsiZulu Isimalay
🔊 Unomndeni lapha na? 🔊 Awak ada keluarga di sini?
🔊 Ubaba wami 🔊 Ayah saya
🔊 Umama wami 🔊 Ibu saya
🔊 Indodana yami 🔊 Anak lelaki saya
🔊 Indodakazi yami 🔊 Anak perempuan saya
🔊 Umfowethu 🔊 Seorang abang
🔊 Udade 🔊 Seorang adik perempuan
🔊 Umngane 🔊 Seorang kawan
🔊 Umngane wesifazane 🔊 Seorang kawan perempuan
🔊 Isoka lami 🔊 Teman lelaki saya
🔊 Intombi yami 🔊 Teman wanita saya
🔊 Umyeni wami 🔊 Suami saya
🔊 Unkosikazi wami 🔊 Isteri saya
9 - Imizwa
IsiZulu Isimalay
🔊 Ngiyalithanda kakhulu izwe lakho 🔊 Saya sangat suka negara awak
🔊 Ngiyakuthanda 🔊 Saya sayang awak
🔊 Ngiyajabula 🔊 Saya gembira
🔊 Ngidabukile 🔊 Saya sedih
🔊 Ngizizwa kahle lapha 🔊 Saya rasa sangat baik di sini
🔊 Ngiyagodola 🔊 Saya kesejukan
🔊 Ngiyashisa 🔊 Saya panas
🔊 Kukhulu kakhulu 🔊 Ini terlalu besar
🔊 Kuncane kakhulu 🔊 Ia terlalu kecil
🔊 Kuphelele 🔊 Ia sempurna
🔊 Uyafuna ukuphuma namuhla kusihlwa na? 🔊 Awak nak keluar malam ni?
🔊 Ngithanda ukuphuma namuhla ebusuku 🔊 Saya ingin keluar malam ini
🔊 Kungumqondo omuhle 🔊 Bagus idea ni
🔊 Ngifuna ukuzijabulisa 🔊 Saya nak berseronok
🔊 Akuwona umqondo omuhle 🔊 Bukan idea yang bagus
🔊 Angifuni ukuphuma namhlanje ebusuku 🔊 Saya tak nak keluar malam ini
🔊 Ngifuna ukuphumula 🔊 Saya mahu berehat
🔊 Ungathanda ukwenza ezemidlalo? 🔊 Adakah awak mahu bersukan?
🔊 Yebo, ngidinga ukuzikhulula! 🔊 Ya, saya perlu lepaskan stres!
🔊 Ngidlala ithenisi 🔊 Saya bermain tenis
🔊 Cha ngiyabonga, ngikhathele impela 🔊 Tidak, terima kasih, saya agak letih
10 - Ibha
IsiZulu Isimalay
🔊 Ibha 🔊 Bar
🔊 Ungathanda ukuphuza okuthile? 🔊 Awak nak minum sesuatu?
🔊 Ukuphuza 🔊 Minum
🔊 Ingilazi 🔊 Gelas
🔊 Ngentokozo 🔊 Baiklah
🔊 Ungathanda ukuthathani? 🔊 Awak nak minum apa?
🔊 Kukhona ini okungaphuzwa? 🔊 Ada apa untuk diminum?
🔊 Kukhona amanzi noma ijusi yezithelo 🔊 Ada air atau jus buah
🔊 Amanzi 🔊 Air
🔊 Ungangezela amaqhezu eqhwa, ngicela? 🔊 Boleh tambah ais batu, tolong?
🔊 Amaqhwa amancane 🔊 Ais batu
🔊 Ushokoledi 🔊 Coklat
🔊 Ubisi 🔊 Susu
🔊 Itiye 🔊 Teh
🔊 Ikhofi 🔊 Kopi
🔊 Noshukela 🔊 Dengan gula
🔊 Ngokhilimu 🔊 Dengan krim
🔊 Iwayini 🔊 Wain
🔊 Ubhiya 🔊 Bir
🔊 Ngicela itiye elilodwa 🔊 Teh, tolong
🔊 Ubhiya owodwa ngiyacela 🔊 Sebotol bir, tolong
🔊 Ufuna ukuphuza ini? 🔊 Apa anda nak minum?
🔊 Ufuna ukuphuza ini? 🔊 Kau nak minum apa?
🔊 Amatiye amabili, ngiyacela! 🔊 Dua teh, tolong!
🔊 Obhiya ababili, ngiyacela 🔊 Dua bir, tolong!
🔊 Lutho, ngiyabonga 🔊 Tak nak, terima kasih
🔊 Empilweni yakho 🔊 Yum!
🔊 Impilo! 🔊 Sihat!
🔊 Singathola i-bill sicela 🔊 Boleh kami minta bil, tolong?
🔊 Uxolo, ngikukweleta malini? 🔊 Maaf, berapa saya kena bayar?
🔊 Amashumi amabili ama-euro 🔊 Dua puluh euro
🔊 Ngiyakumema 🔊 Saya belanja
11 - Irestoranti
IsiZulu Isimalay
🔊 Indawo yokudlela 🔊 Restoran
🔊 Ungathanda ukudla? 🔊 Awak nak makan?
🔊 Yebo, ngiyavuma ngenjabulo 🔊 Ya, baiklah
🔊 Ukudla 🔊 Makan
🔊 Singadlela kuphi? 🔊 Di mana kita boleh makan?
🔊 Singadla kuphi isidlo sasemini? 🔊 Di manakah kita boleh makan tengah hari?
🔊 Isidlo sakusihlwa 🔊 Makan malam
🔊 Isidlo sasekuseni 🔊 Sarapan pagi
🔊 Imenyu, ngiyacela! 🔊 Menu, tolong!
🔊 Nansi imenyu! 🔊 Ini menunya!
🔊 Uthanda ukudla ini? inyama noma inhlanzi? 🔊 Apa yang awak lebih suka makan, daging atau ikan?
🔊 Nerayisi 🔊 Dengan nasi
🔊 Ngamapasta 🔊 Dengan pasta
🔊 Amazambane 🔊 Kentang
🔊 Imifino 🔊 Sayur-sayuran
🔊 Amaqanda aphehliwe - amaqanda athosiwe - noma iqanda elibiliswe kancane 🔊 Telur hancur - telur mata - atau telur rebus separuh masak
🔊 Isinkwa 🔊 Roti
🔊 Ibhotela 🔊 Mentega
🔊 Isaladi 🔊 Satu salad
🔊 I-dessert 🔊 Pencuci mulut
🔊 Izithelo 🔊 Buah-buahan
🔊 Ngingacela ummese, ngiyacela? 🔊 Bolehkah saya minta sebilah pisau, tolong?
🔊 Yebo, ngizokuletha kuwe khona manjalo 🔊 Ya, saya bawakan sekarang
🔊 Ummese 🔊 Sebilah pisau
🔊 Imfoloko 🔊 Sebuah garpu
🔊 Isipuni 🔊 Sebatang sudu
🔊 Ingabe lokhu ukudla okushisayo? 🔊 Adakah ini hidangan panas?
🔊 Yebo, futhi kubaba kakhulu! 🔊 Ya, dan sangat pedas juga!
🔊 Okufudumele 🔊 Hangat
🔊 Kubanda 🔊 Sejuk
🔊 Okubabayo 🔊 Pedas
🔊 Ngizothatha inhlanzi! 🔊 Saya akan ambil ikan
🔊 Nami futhi 🔊 Saya juga
12 - Ukuhamba
IsiZulu Isimalay
🔊 Sekwephuzile, kufanele ngihambe! 🔊 Sudah lewat! saya kena pergi!
🔊 Singaphinde sihlangane yini? 🔊 Boleh kita jumpa lagi?
🔊 Yebo, ngenjabulo 🔊 Ya, baiklah
🔊 Ngihlala kuleli kheli 🔊 Saya tinggal di alamat ini
🔊 Unayo inombolo yocingo? 🔊 Awak ada nombor telefon?
🔊 Yebo, nansi-ke 🔊 Ya, ini dia
🔊 Ngibe nesikhathi esimnandi nawe 🔊 Saya sangat seronok tadi
🔊 Mina futhi, bekuyintokozo ukukwazi 🔊 Saya juga, gembira berkenalan dengan awak
🔊 Sizobonana maduze 🔊 Kita jumpa lagi nanti
🔊 Nami ngiyathemba njalo 🔊 Saya harap begitu juga
🔊 Hamba kahle! 🔊 Selamat tinggal!
🔊 Ngizokubona kusasa 🔊 Jumpa esok
🔊 Sala kahle! 🔊 Jumpa lagi!
13 - Ezokuthutha
IsiZulu Isimalay
🔊 Uxolo! ngifuna isitobhi sebhasi 🔊 Maaf! saya cari perhentian bas
🔊 Imalini ithikithi lokuya e-sun city, ngiyacela? 🔊 Berapa harga tiket ke sun city, tolong?
🔊 Lesi sitimela siya kuphi, ngiyacela? 🔊 Kereta api ini pergi ke mana, tolong?
🔊 Ingabe lesi sitimela sima e-sun city na? 🔊 Adakah kereta api ini berhenti di sun city?
🔊 Uhamba nini isitimela esiya e-sun city? 🔊 Bila kereta api ke sun city bertolak?
🔊 Ifika nini isitimela esiya edolobheni lelanga? 🔊 Bila kereta api ke Sun City tiba?
🔊 Ithikithi lokuya e-sun city, ngiyacela 🔊 Tiket ke sun city, tolong
🔊 Unalo yini uhlelo lwesitimela? 🔊 Ada jadual kereta api?
🔊 Uhlelo lwamabhasi 🔊 Jadual bas
🔊 Uxolo, iyiphi isitimela eya edolobheni lelanga, ngiyacela? 🔊 Maafkan saya, kereta api yang mana pergi ke sun city?
🔊 Ngiyabonga 🔊 Terima kasih
🔊 Yilesi 🔊 Yang itu
🔊 Akunankinga, uhambo oluhle! 🔊 Tidak mengapa, selamat jalan!
🔊 Igaraji lokulungisa 🔊 Bengkel
🔊 Isiteshi sikaphethiloli 🔊 Stesen minyak
🔊 Ngicela ithangi eligcwele 🔊 Isi penuh, tolong
🔊 Ibhayisikili 🔊 Basikal
🔊 Phakathi nedolobha 🔊 Pusat bandar
🔊 Idolobha elingaphandle 🔊 Pinggir bandar
🔊 Idolobha elikhulu 🔊 Ini sebuah bandar besar
🔊 Idolobhana 🔊 Ini sebuah kampung
🔊 Intaba 🔊 Sebuah gunung
🔊 Ichibi 🔊 Sebuah tasik
🔊 Emaphandleni 🔊 Luar bandar
14 - Ihhotela
IsiZulu Isimalay
🔊 Ihhotela 🔊 Hotel
🔊 Ifulethi 🔊 Apartmen
🔊 Siyakwamukela! 🔊 Selamat datang!
🔊 Unalo yini igumbi elitholakalayo? 🔊 Ada bilik kosong?
🔊 Likhona yini igumbi lokugezela ekamelweni? 🔊 Adakah terdapat bilik air di dalam bilik?
🔊 Ngabe ningathanda imibhede emibili yomuntu oyedwa? 🔊 Anda lebih suka dua katil single?
🔊 Ungathanda igumbi labantu ababili? 🔊 Anda mahu bilik double?
🔊 Igumbi elinobhavu - elinovulandi - elineshawa 🔊 Sebuah bilik dengan tab mandi - dengan balkoni - dengan pancuran mandi
🔊 Igumbi elinokudla kwasekuseni okufakiwe 🔊 Bilik dengan sarapan termasuk
🔊 Kubiza malini ubusuku obubodwa? 🔊 Berapa harga untuk satu malam?
🔊 Ngicela ukubona igumbi kuqala 🔊 Saya nak tengok bilik dulu, tolong
🔊 Yebo, impela! 🔊 Ya, sudah tentu!
🔊 Ngiyabonga. igumbi lihle kakhulu 🔊 Terima kasih. bilik itu sangat bagus
🔊 Kulungile, ngingabhukha okwalamuhla kusihlwa na? 🔊 Baik, bolehkah saya membuat tempahan untuk malam ini?
🔊 Kubiza kakhulu kimi, ngiyabonga 🔊 Ia agak mahal untuk saya, terima kasih
🔊 Unganginakekela imithwalo yami, ngiyacela? 🔊 Boleh jaga bagasi saya, tolong?
🔊 Unganginakekela imithwalo yami, ngicela? 🔊 Bolehkah anda menjaga bagasi saya, tolong?
🔊 Likuphi igumbi lami, ngicela? 🔊 Bilik saya kat mana, tolong?
🔊 Usesitezi sokuqala 🔊 Ia di tingkat satu
🔊 Ingabe ikhona ilifthi? 🔊 Adakah terdapat lif?
🔊 Ilifthi likwesobunxele bakho 🔊 Lif itu di sebelah kiri anda
🔊 Ilifthi lingakwesokudla sakho 🔊 Lif itu di sebelah kanan anda
🔊 Likuphi igumbi lokuwasha, ngiyacela? 🔊 Bilik dobi kat mana, tolong?
🔊 Lisezansi 🔊 Ia di tingkat bawah
🔊 Phansi 🔊 Tingkat bawah
🔊 Igumbi lokulala 🔊 Bilik tidur
🔊 Indlu yokuhlanza okomile 🔊 Kedai dobi kering
🔊 Isaluni yezinwele 🔊 Salon rambut
🔊 Indawo yokupaka izimoto 🔊 Tempat letak kereta
🔊 Asihlangane egumbini lomhlangano? 🔊 Jom kita jumpa di bilik mesyuarat?
🔊 Igumbi lomhlangano 🔊 Bilik mesyuarat
🔊 Ichibi lokubhukuda liyashiswa 🔊 Kolam renang itu dipanaskan
🔊 Ichibi lokubhukuda 🔊 Kolam renang
🔊 Ngicela ungivuse ngo-7 ekuseni 🔊 Tolong kejutkan saya pukul tujuh pagi
🔊 Ukhiye, ngiyacela 🔊 Kuncinya, tolong
🔊 Ipasi, ngiyacela 🔊 Pas itu, tolong
🔊 Ukhona yini imiyalezo yami? 🔊 Ada mesej untuk saya?
🔊 Yebo, nansi-ke 🔊 Ya, ini dia
🔊 Cha, awutholanga lutho 🔊 Tidak, anda belum menerima apa-apa
🔊 Ngingayithola kuphi imali yokushintsha? 🔊 Di mana saya boleh menukar wang kecil?
🔊 Ngicela ungiphe imali encane yokushintsha? 🔊 Boleh tak anda bagi saya duit kecil?
🔊 Ngicela ungangenzela ukushintsha? 🔊 Boleh tolong tukar duit kecil?
🔊 Yebo, singakushintshanisela. ungathanda ukushintsha malini? 🔊 Ya, kami boleh tukar. berapa anda nak tukar?
15 - Ukufuna umuntu
IsiZulu Isimalay
🔊 Uxolo, ukhona yini u-sarah lapha, ngiyacela? 🔊 Maafkan saya, adakah sarah ada di sini?
🔊 Yebo, ukhona lapha 🔊 Ya, dia ada di sini
🔊 Usephumile 🔊 Dia sudah keluar
🔊 Ungamfonela kumakhalekhukhwini wakhe 🔊 Anda boleh menelefonnya di telefon bimbitnya
🔊 Uyazi ukuthi ngingamthola kuphi? 🔊 Adakah anda tahu di mana saya boleh mencarinya?
🔊 Usemsebenzini 🔊 Dia di tempat kerja
🔊 Usekhaya 🔊 Dia berada di rumah
🔊 Uxolo, ingabe ujulien ukhona sicela? 🔊 Maafkan saya, adakah julien ada di sini?
🔊 Yebo, ukhona lapha 🔊 Ya, dia di sini
🔊 Usephumile 🔊 Dia sudah keluar
🔊 Uyazi ukuthi ngingamthola kuphi? 🔊 Adakah anda tahu di mana saya boleh mencarinya?
🔊 Usemsebenzini 🔊 Dia di tempat kerja
🔊 Usekhaya 🔊 Dia di rumah
16 - Ibhishi
IsiZulu Isimalay
🔊 Ibhishi 🔊 Pantai
🔊 Uyazi ukuthi ngingayithenga kuphi ibhola? 🔊 Adakah anda tahu di mana saya boleh membeli bola?
🔊 Kukhona isitolo ngalapha ngale ndlela 🔊 Ada sebuah kedai di arah ini
🔊 Ibhola 🔊 Sebiji bola
🔊 Izibonakude 🔊 Sepasang teropong
🔊 Ikepisi 🔊 Sebuah topi
🔊 Ithawula 🔊 Sehelai tuala
🔊 Amasendili 🔊 Sepasang sandal
🔊 Ibhakede 🔊 Sebuah baldi
🔊 Isikhilimu sokuzivikela elangeni 🔊 Losyen pelindung matahari
🔊 Isikhindi sokubhukuda 🔊 Seluar renang lelaki
🔊 Izibuko zelanga 🔊 Cermin mata hitam
🔊 Izilwanyana ezinamagobolondo 🔊 Kerang-kerangan
🔊 Ukuthamela ilanga 🔊 Berjemur
🔊 Elanga liyakhanya 🔊 Cerah
🔊 Ukushona kwelanga 🔊 Matahari terbenam
🔊 Isambulela selanga 🔊 Payung pantai
🔊 Ilanga 🔊 Matahari
🔊 Umthunzi 🔊 Tempat teduh
🔊 Ukushaywa yilanga 🔊 Sengatan matahari
🔊 Kuyingozi yini ukubhukuda lapha? 🔊 Adakah berbahaya untuk berenang di sini?
🔊 Cha, akuyona ingozi 🔊 Tidak, ini tidak berbahaya
🔊 Yebo, akuvunyelwe ukubhukuda lapha 🔊 Ya, dilarang berenang di sini
🔊 Ukubhukuda 🔊 Berenang
🔊 Ukubhukuda 🔊 Renang
🔊 Igagasi 🔊 Ombak
🔊 Ulwandle 🔊 Laut
🔊 Idune 🔊 Bukit pasir
🔊 Isihlabathi 🔊 Pasir
🔊 Sizobe sinjani isimo sezulu kusasa? 🔊 Cuaca esok macam mana?
🔊 Isimo sezulu sizoshintsha 🔊 Cuaca akan berubah
🔊 Izokuna 🔊 Akan hujan
🔊 Kuzoba nelanga 🔊 Akan cerah
🔊 Kuzoba nomoya omkhulu 🔊 Akan ada banyak angin
🔊 Isudi lokubhukuda 🔊 Pakaian renang
17 - Uma kunezinkinga
IsiZulu Isimalay
🔊 Ungasiza, ngiyacela? 🔊 Boleh tolong bantu saya?
🔊 Ngilahlekile 🔊 Saya sesat
🔊 Ungathanda ini? 🔊 Apa anda nak?
🔊 Kwenzekeni? 🔊 Apa yang berlaku?
🔊 Ngingamthola kuphi umhumushi? 🔊 Kat mana saya boleh cari jurubahasa?
🔊 Likuphi ikhemisi eliseduze kakhulu? 🔊 Farmasi paling dekat kat mana?
🔊 Ungabiza udokotela, ngiyacela? 🔊 Boleh telefon doktor, tolong?
🔊 Uhlobo luni lokwelashwa olwenzayo njengamanje? 🔊 Apa rawatan yang anda ikut sekarang?
🔊 Isibhedlela 🔊 Hospital
🔊 Ikhemisi 🔊 Farmasi
🔊 Udokotela 🔊 Doktor
🔊 Umnyango wezokwelapha 🔊 Jabatan perubatan
🔊 Ngilahlekelwe ngamaphepha ami 🔊 Saya hilang dokumen
🔊 Ngintshontshelwe amaphepha ami 🔊 Dokumen saya dicuri
🔊 Ihhovisi lezinto ezilahlekile nezitholakele 🔊 Pejabat barang hilang
🔊 Isiteshi sosizo lokuqala 🔊 Balai rawatan kecemasan
🔊 Indawo yokuphuma yesimo esiphuthumayo 🔊 Pintu keluar kecemasan
🔊 Amaphoyisa 🔊 Polis
🔊 Amaphepha 🔊 Dokumen
🔊 Imali 🔊 Wang
🔊 Iphasipoti 🔊 Pasport
🔊 Imithwalo 🔊 Bagasi
🔊 Cha, ngiyabonga 🔊 Tidak mengapa, terima kasih
🔊 Ngiyeke ngedwa! 🔊 Jangan kacau saya!
🔊 Ngiyeke ngedwa! 🔊 Jangan ganggu aku!
🔊 Hamba! 🔊 Pergi!

Indlela yethu

Landa i-mp3 ne-pdf